Inhlanganiselo Yokulawula

Uhlelo lwemisebenzi luzozama manje ukucosha ukulawula kwakho ukuthola izilungiselelo zokuveza zomshini wakho. Uma umshini wakho ungeke ucoshwe, khetha umlawuli ofana ncamashi nohlono olunamathiselwe kule khomputha okusuka ohlwini lwemishini yokulawula.

Ungangenisa imibandela yokuhlanganisa evundlile noma emule yomshini wokulawula. Lama nani angatholakala kumqulu okushicilela wokuveziwe. Qaphela uma ungenisa lama nani, uma ungenisa lama nania angaphandle kokusebenza kwethuluzi lakho, ungabanga umonakalo ekuvezweni kwakho. Ngenisa kuphela izinomboli kulezi zinkundla uma amanani omqulu wakho engafani nohlu lmshini wakho wokulawul futhi uqinisekile ukuthi unamanani alungile emqulwini wokushicilela.

Uma ucabanga ukuthi amanani owakhethile awalungile, ungacofa inkinobho Vuselela amanani asekuqaleni ukubuyela kwizilungiselelo ezisukelwe.